• Open Daily: 10am - 10pm
    Alley-side Pickup: 10am - 7pm

    3038 Hennepin Ave Minneapolis, MN
    612-822-4611

Open Daily: 10am - 10pm | Alley-side Pickup: 10am - 7pm
3038 Hennepin Ave Minneapolis, MN
612-822-4611
Nubian Princess Princesses Series: Indaba nge Nkosazane yabe Bukhosini BakwaZulu

Nubian Princess Princesses Series: Indaba nge Nkosazane yabe Bukhosini BakwaZulu

Paperback

General Juvenile Fiction

ISBN10: 1990989950
ISBN13: 9781990989957
Publisher: Lightning Source Inc
Published: Feb 27 2022
Pages: 78
Weight: 0.45
Height: 0.21 Width: 8.50 Depth: 8.50
Language: Zulu
Abakwa Nubian Princess Series bayayihlonipha intsha yaseZwenikazi i-Afrika. Indaba ngeNkosazane yaseBukhosini bakwaZulu ixoxa ngoMntwana uZinhle nomndeni wakubo ababalekela eSwatini emva kokuzwa ngetulo lokuzama ukusoconga uyise. INkosi u-Andile icabanga ngesu lokugcina amasiko nezinto zendabuko yakhe kungashabalali. Izindlela ezintsha zokuphila zizobathinta kanjani abantwana bakhe? Indodakazi yakhe uZinhle ihlale inemicabango eyahlukile futhi ezimele. Kungayishintsha ukuyiphoqa ukuthi ihambele umkhosi womhlanga? Kuzokwenzakalani uma seyihlangana noMntwana uMandlenkosi, naye ongowokufika eSwatini? Izithombe ezihehayo zikachwepheshe kwezokudweba, uSifiso Yalo, zilunothisile loludaba futhi zizoletha isasasa kubafunndi abaneminyaka yobudala esukela kweyi-6 kuze kufike ngisho kubantu abadala abaneminyakaengama-96. Nazi ezinye izincwadi ezikwiqoqo lalombhali: Indaba ngeNkosazane yamaXhosa, Indaba ngeNkosazane yamaSwati, Indaba ngeNkosazane yamaPedi, Indaba ngeNkosazane yabeTswana, Indaba ngeNkosazane yomaTshonga, Indaba ngenkosazane yomaNdebele, Indaba ngeNkosazane yomaVenda, Indaba ngeNkosazane yomaYourouba, kanye neNdaba ngeNkosazane yomaMandingo.

Also in

General Juvenile Fiction